Description
Lolu uhlelo lwemisindo oluthukisa amakhono olimi njengoba ehleliwe kuma CAPS. Lnqubo yohlelo lwemisindo Le ncwadi iyingxenye eyisisekelo salolu hlelo ngoba imisindo yonke eyethulwayo kulelo nalelo banga itholakala kuyo. Imisindo ihelwe ngokwethemu nethemu bese kuba khona nemilolozelo kanye namaculo agcizelela umsindo namsindo owethulwayo. Incwadi kaThisha Ingumongo walolu hlelo. Ibonisa uthisha ngendlela okuzokwethulwa ngayo isifundo nokubhekana ngqo naso kanye nokwelekelela lapho kudingeka khona usizo, ekuthuthukiseni ahlukahlukene