Description
The text is a letter from a person to another, in which they ask for help. They state that they are in a difficult situation and need help. They explain that they are being harassed by someone and need help to get them to stop.
UMthethosisekelo ungumthetho ophakeme weRiphabhulikhi futhi uyakuthinta wena ngezindlela ezahlukene. Iningi lamalungelo akho liqinisekisiwe kumthethosisekelo. Imininingwane mayelana namandla ePhalamende, isishayamthetho sakho sesifundazwe kanye nomasipala okungenzeka ukuthi wakuvotela, kuyatholakala kuMthethosisekelo. Amandla kanye nemisebenzi kahulumeni nako kuyatholakala kuMthethosisekelo. Kulolu shicilelo uMthethosisekelo uchaziwe kancane kubantu obhalelwe bona.