Description
Umama kamakoti uyena otshela indodakazi yakhe konke yena akwaziyo ngomsebenzi olindelekile uma sengunkosika futhi engumama. Uthe lapho esegana uNokulunga intokazi enhle, umama wakhe wambizela eceleni wamtshela konke ayekwazi. Wamnikeza nebhodwe elikwazi ukwenza izinto ezehlukile. Lena yimfihlo yethu, uyisebenzise ngocophelelo.